USamuel Eto’o angeke abe khona emdlalweni emine kulandelwa ukumiswa kwakhe i-Caf Umqeqeshi webhola lase-Cameroon uSamuel Eto’o uvinjelwe ukuba semidlalweni emine waphinde wahlawuliswa ngemuva kokuphikisa isinqumbo sikanompempe kwi-Afcon.I-Chicago Fire ithathe umdlali we-TS Galaxy uPuso Dithejane Umdlali weTS Galaxy uPuso Dithejane usejoyine i-Chicago Fire yase-United States ngemuva kokuthi leli qembu limsayinise ngenkontileka yesikhathi eside.ISundowns isayinise umgadli wase-Colombia uBrayan Leon ngo-R58 million IMamelodi Sundowns isisayinise umgadli wase-Colombia uBrayan Leon ngo-R58 million njengoba ibheke ukukhulisa ukuhlasela kwayo.Imithetho yeSafa ingase ivimbe uLucas Radebe ekutheni angenele ukhetho lukamengameli Inkakha yebhola uLucas Radebe angase angakwazi ukuthi aphinde angenele isikhundla sikamengameli weSafa ngenxa yemithetho eqinile.UGayton McKenzie uvikela uhlelo lweminyaka emine lwe-Afcon UNgqongqoshe wezeMidlalo uGayton McKenzie usevikele iCAF noPatrice Motsepe ngemuva kokuthi isinqumo sokudlala i-Afcon njalo ngemuva kweminyaka emine sidale intukuthelo ebholeni lase-Afrika.Bekuthule cwaka esikhumulweni sezindiza ngesikhathi iBafana ibuya ekhaya IBafana Bafana ibuyele ekhaya ngemuva kokuphuma kwayo ku-Afcon njengoba umqeqeshi uHugo Broos exolisile wacela iqembu ukuthi lilungise amaphutha alo ngaphambi kweNdebe yoMhlaba.UBroos uthembisa izinguquko ngemuva kokuphuma kweBafana ku-Africa Cup of Nations Umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, uphawule ngezinguquko zeqembu ngemuva kokuphuma kweqembu ku-Africa Cup of Nations, njengoba iNingizimu Afrika igxila eNdebeni yoMhlaba ka-2026.UWilliams uthi iBafana kumele ilungise amaphutha ngaphambi kweNdebe yoMhlaba URonwen Williams uthi iBafana Bafana kumele ifunde ngokushesha ngaphambi kweNdebe yoMhlaba ngemuva kokungalungiseleli kahle kanye nengcindezi eyenze yaphuma ku-Afcon e-Morocco.IBafana Bafana iphume ku-Afcon ngemuva kokwehlulwa i-Cameroon IBafana Bafana isiphumile ku-Africa Cup of Nations ngemuva kokuhlulwa ngo 2-1 i-Cameroon emdlalweni wamaqembu angu-16 e-Rabat ngeSonto ebusuku.UBroos uthi iBafana izokwazi ukumela ukushuba kwemidlalo ye-Afcon Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uthi iqembu selikulungele ukubhekana nengcindezi enkulu ku-Africa Cup of Nations ka-2025 e-Morocco. -->