Izindaba
Samsung
Kumele babongwe abesifazane ngokubuya nezindodo eziningiNjengoba imidlalo yama-Commonwealth isizofika ngasemaphethelweni, iqembu lase-Nigeria liqede njengezwe elivelele kulo mqhudelwano futhi linabasubathi balo besifazane okufanele libabonge.
OweBanyana ukhala ngemiholo enganele emaqenjini abesifazaneUmdlali wasemuva weBanyana Banyana uLebogang Ramalepe, udalule inkinga yemali yokuba umdlali webhola wesifazane kuleli.
Owakuleli udle umhlanganiso kowe-Women’s OpenU-Ashleigh Buhai wehlule umpetha wabesifazane we-PGA  u-Chun In-gee emqhudelwaneni wokuhlungela e-Muirfield ukuze aqinisekise ukuwina okuyingqophamlando kowe-Women's Open.
Injabulo umsubathi wase-Zambia ethola eyegolideUmsubathi wase-Zambia uMuzala Samukonga uzuze indondo yegolide okokuqala ngqa emdlalweni yama-Commonwealth kumqhudelwano wabesilisa ka-400m.
Abalandeli bebhola bajabulela ukubuya kweligiIsizini entsha ye-DStv Premiership iqale ngesidumo njengoba abalandeli bejabulela ukubuya kwebhola lakuleli.
Injabulo amaBhokobhoko enqoba umdlalo obunzimaNgemuva kwempelasonto yokugubha ukunqoba okukhulu kwamaBhokobhoko ebhekene nezimbangi zawo ezinkulu kuyathusa ukucabanga ngendlela ama-All Blacks abedlala ngayo.
Abasubathi bakhuluma ngomthelela wesimo sezuluNjengoba imidlalo yama-Commonwealth isiyela ngasemaphethelweni abasubathi bakhulume ngomthelela wesimo sezulu emazweni abo.
Owebhola lombhoxo usenqume ukuthatha ikhefuNgemuva kwemidlalo engu-121 uMichael Hooper, ongomunye wabadlali bebhola lombhoxo abadumile usekhethe ukuyeka lo mdlalo. Ngabe abaphathi bebhola lombhoxo bazobuza imibuzo enzima ngokulimala kanye nengcindezi? Mhlawumbe akunjalo, kubhala uLucky Maree.
Bacelwa ukuthi babekezele abalandeli beChiefsUMphathi weKaizer Chiefs uKaizer Motaung Junior usenxuse abalandeli bakhe ukuthi babekezelele umqeqeshi u-Arthur Zwane ngemuva kokuhlulwa emdlalweni wabo wokuvula isizini.
Iqembu labesifazane lebhola likhala ngokungakhokhelwaIqembu lebhola labesifazane lase-Nigeria alikakakhokhelwa ngemizamo yalo kowe-Women’s Africa Cup of Nations (i-Wafcon) ngenyanga edlule.
Samsung
Page 1 of 4:01020304