>
UMbalula uncome ubumbano lwe-ANC eThekwini ezokhankasela umhlobo wakhe UNobhala Jikelele kaKhongolose uMnuz Fikile Mbalula uhlabeke umxhwele ngobumbano lwamalinga kaKhongolose ekwesekeni ogaqele isikhundla sobukhansela ngaphansi kwesiFunda saseThekwini.Ukushintshwa komzila wamatekisi kwenza abagibeli baseKhayelitsha bakhokhe imali eningi Abagibeli baseKhayelitsha abaya eSomerset West manje sekudingeka bakhokhele amatekisi amabili ohambweni ngalunye ngenxa yengxabano phakathi kwezinhlangano zamatekisi, kanti abanye sebeqala ukunciphisa imali yokudla neyokuthenga isikhathi sokukhuluma ocingweni (airtime).Bakhala bayazithulisa abeDundee July abangakhokheliwe Bakhala bayazithulisa abemfashini abanqoba emqhudelwaneni wamahhashi weDundee July njengoba bethi sekuphele izinyanga ezintathu bengakaze bakhokhelwe.Umama waseKhayelitsha uthi isikole sibambe imiphumela kaGrade 11 yengane yakhe ngenxa ka-R500 Umama uthi indodana yakhe efunda uGrade 11 ayikayitholi imiphumela yayo kusukela ngoNdasa ngenxa ka-R500. Isikole siyakuphika lokhu. Umnyango uthi lokhu akuvumelekile.Impuphu nezithelo kushibhile kodwa izindleko zokuthutha ziyaqhubeka nokukhuphuka Amanani aphezulu ngo-4.5% uma kuqhathaniswa nonyaka odlule. Impuphu nezithelo kushibhile, kodwa izindleko zokuthutha zikhuphuke ngo-10.8% futhi kulindeleke ukuthi ziqhubeke nokukhuphuka.Isibalo sabavakashi sehle ngemuva kokuba isiphepho sishaye i-Regina Mundi lokhu kuthinta imali yabaqondisi bezivakashi Izingcezu zophahla oluphukile nezinkuni ziphansi zinqwabelene ngemuva kwesiphepho esishaye eSoweto ngoMsombuluko ngomhlaka-19 kuMfumfu. Izikhangiso ze-ChatGPT ziyeza eNingizimu Afrika Abasebenzisi be-ChatGPT eNingizimu Afrika ezinhlelweni ze-Free and Go bangase babone izikhangiso maduze. Izinhlelo ze-Paid Plus kanye ne-Pro zihlala zingenazikhangiso.Kushabalale amathemba okuba uNgqongqoshe kuMengameli we-NFP evinjwa ukuyofungiswa ngomzuzu wokugcina Usale nomswenko uMengameli we-NFP kubhuntsha ngomzuzu wokugcina ukufungiswa kwakhe njengelunga elisha lesiShayamthetho saKwaZulu-Natal ngemumva kokuba uSomlomo egunyaze ukuba uNksz Mbali Shinga aqhubeke kuze kuba uphothula imigudu yasenkantolo.Kuboshwe owesilisa ngemuva kokuba kukhulelwe intombazanyana eneminyaka engu-12 eMakhaza Izakhamuzi zaseMakhaza zifuna ubulungiswa ngenxa yentombazane eneminyaka engu-12 ekhulelwe izinyanga eziyisikhombisa. Amaphoyisa abophe indoda eneminyaka engu-36 ngamacala okudlwengula.Bahlomule ngezinsiza kusebenza abemifelandawonye eZibayeni Izakhamizi zaseZibayeni ngaphansi kukamasipala iBig Five Hlabisa sezinqume ukuzisebenza ngokwazi ngenxa yokubona ukuntuleka kwamathuba emisebenzi okudangile ezweni.Owe-SACP uthi iqembu likaZuma lizoxova isizwe ngokunikeza amakhosi amandla ezepolitiki UMholi oqavile kumaKhomanisi kuleli usekhwele wadilika eqenjini uMkhonto weSizwe Party nalichaza ngokuthi njengoba linikeza amakhosi amandla , lizama ukubuyisa ipolitiki yobuhlanga.Abagibeli abangu-184 baphephile ngemuva kokusongelwa ngebhomu esikhumulweni sezindiza eKing Phalo Indiza ebithwele abantu abangu-184 ifike esikhumulweni sezindiza eKing Phalo ngemuva kokusongelwa ngebhomu. Bonke behle ngokuphepha. Amaphoyisa athi usongo luyaphenywa.