Ezemidlalo
Samsung
Bakhala ngohulumeni ongacabangeli abathengi bakuleliAbafuyi bezinkukhu bakuleli basabise ngokusula noma ukumisa izinhlelo zokutshala imali engaphezu kuka-R570 million ukuze kwandiswe ukusebenza kwabo kanye nokudala amathuba omsebenzi.
Ososayensi sebesungule okungakaze kwenziwe emhlabeniKulandela ukukhula ngempumelelo kwemibungu yamagundwane ososayensi sekuseduze ukuthi bakwazi ukwenza izitho zomzimba zomuntu ngaphandle kwesidingo sesidoda, amaqanda noma isibeletho.
Uzibulele obecwaswa ngokuthandana nabobulili obufanayoULukhanyo Jongqo (14), uzibulele ngemuva kokuxhashazwa ngabafundi afunda nabo ngoba ethandana nobulili obufanayo.
Bacelwa ukuthi babekezele abalandeli beChiefsUMphathi weKaizer Chiefs uKaizer Motaung Junior usenxuse abalandeli bakhe ukuthi babekezelele umqeqeshi u-Arthur Zwane ngemuva kokuhlulwa emdlalweni wabo wokuvula isizini.
Umculi wakuleli nenye eshisa izikhothaNjengoba enezingoma eziningi ngaphansi kwegama lakhe, lesi kusayisiqalo nje kuBasetsana. Ubenonyaka omatasa ekhipha ingoma ngemuva kwenye ngaphansi kwelebula yokuqopha kaMaster KG i-Wanitwa Mos.
Sezihlukene izithandani ebezidumile phesheyaKubikwa ukuthi uKim Kardashian oneminyaka engu-41 usehlukene noPete Davidson oneminyaka engu-28 njengoba engakwazi ukumelana nempilo yakhe yobukhazikhazi.
Iqembu labesifazane lebhola likhala ngokungakhokhelwaIqembu lebhola labesifazane lase-Nigeria alikakakhokhelwa ngemizamo yalo kowe-Women’s Africa Cup of Nations (i-Wafcon) ngenyanga edlule.
I-Brighton ishaye iMan UnitedI-Brighton iwine umdlalo wayo wokuqala ngqa e-Old Trafford isizwa nguPascal Gross ngamagoli akhe amabili emdlalweni wokuqala ka-Erik Ten Hag ephethe i-Red Devils.
Umonakalo kaR35 million ngezibhelu zaseTembisaUlinganiselwa kuR35 million umonakalo odalwe umbhikisho waseTembisa, ngokusho kweMeya yaseKurhuleni uTania Campell.
Umphakathi wase-Kagiso usukhethe ukuzibambela mathuphaBebephethe izimvubu, amafosholo, izando, amatshe, nezinduku, izakhamuzi zase-Kagiso ngesikhathi zingena ngoLwesine zizoxosha abavukuzi kanye nabantu abaqhamuka emazweni angaphandle emiphakathini yabo.
Discovery Keycare
Page 3 of 4:01020304
Scrolla's News Quiz