Ezemidlalo
Samsung
Umbhishobhi usalinde ibandla lakhe lika-R40 millionUmbhishobhi weThekwini Community Church (ECC) uVusi Dube kanye nabazalwane bakhe namanje abanalo ibandla ngemuva kweminyaka eyishumi baxoshwa e-Albert Park ngumakadebona wekhansela le-DA uTex Collins.
I-ANC iphinde yahlulwa kolokuchibiyela eKZNI-ANC iphinde yehlulwa kakhulu KwaZulu-Natal ngemuva kokuthi ihlulwe i-IFP okhethweni lokuchibiyela.
Ngabe i-Sundowns izophinde iyiqubule eye-PremiershipAbalandeli bebhola bakuleli sebelinde ngabomvu ukuthi ibhola lakuleli liphinde liqale njengoba lowo mzuzu uzofika namhlanje.
Umpetha wekhilikithi uhoxa ngenxa yesisindoIsimemezelo esingazelelwe sokuthi owama-Proteas oshaya i-bat uLizelle Lee uzothatha umhlalaphansi sishaqise abathandi bekhilikithi ikakhulukazi njengoba lo mdlali oneminyaka engu-30 ubudala ehle esikhundleni ngesikhathi emaphakathi nohambo lwase-England.
Uthenjiswe indondo umshayisibhakela wakuleliElakuleli okungenani lithole enye indondo kumaCommonwealth Games ngemuva kokuthi uSimnikiwe Bongco adlale kulo mncintiswano ukuze atholele indondo kusukela ngo-2014.
Baphuthelwe umncintiswano ngenxa yebhasi elifileElakuleli bekumele lincintisane kowamanqamu wabesilisa we-4x100m medley relay ngoLwesithathu ebusuku kodwa ibhasi liye laphuka omunye wababhukudi akakwazanga ukufika ngesikhathi.
Isibuyile imidlalo ye-Premier LeagueIsizini enkulu isifikile njengoba iligi yebhola lezinyawo enkulu kakhulu izoqala.
Ukungafiki kwemeya kuvuselele ulaka lwababhikishiNgemuva kwemizuzu embalwa nje iMeya yase-Ekurhuleni uTania Campbell ihambile e-Tembisa ngoLwesithathu ntambama, izakhamizi ebezidinwe zigane unwabu zishise amathayi ilokishi lonke ngenhloso yokubhebhethekisa imibhikisho enodlame izinsuku ezintathu zilandelana.
Amaphoyisa asaqhubeka nokuthungatha abasolwa e-KrugersdorpKomunye umkhankaso wokulwa nabavukuzi abangekho emthethweni ngoLwesithathu amaphoyisa angene emigodini emincane esebenzisa izindiza ukubajaha agasela ezindlini ezise-Krugersdorp.
U-Eskom uhoxise abasebenzi bawo e-KhayelitshaIzingxenye zelokishi lase-Khayelitsha zisale zimnyama ngemuva kokuthi u-Eskom ucishe ugesi ngenxa yokuthi amaqembu ezigebengu ebefuna imali yokuvikela abasebenzi bakwa-Eeskom.
Discovery Keycare
Page 4 of 4:01020304
Scrolla's News Quiz